Azibuye Driving academy

Azibuye Driving academy AZIBUYE DRIVING ACADEMY is an advance driving school that is at Vryheid. Our main is to reduce accidents and deaths on our South African roads.

We offer professional K53 driving lessons, learner's classes, online education and all other services required for test preparation around the greater Vryheid ,Mondlo ,corronation ect

Ntelezi !!! Sijabule kakhulu ukuthi sikuphumelelise ekutholeni izincwadi zokushayela.  Sisebenze kahle nawe. Sibonge kak...
20/12/2017

Ntelezi !!! Sijabule kakhulu ukuthi sikuphumelelise ekutholeni izincwadi zokushayela. Sisebenze kahle nawe. Sibonge kakhulu ubhuti wakho u Advocate S Kunene okuxhase yonke indlela. Azibuye..

Siyabonga Sibisi uyazi bekungelula kodwa uma usufike kwa  Azibuye umthwalo ubalulu. Izincwadi zakho usunazo ngokukuncedw...
20/12/2017

Siyabonga Sibisi uyazi bekungelula kodwa uma usufike kwa Azibuye umthwalo ubalulu. Izincwadi zakho usunazo ngokukuncedwa yonke indlela. Usuyakhona ukusebenza ngokukhululeka. Azibuye...

Siyabonga Tholi ukukuncedisa ukuphila ilenazi kanye nezincwadi zokushayela. Sibonge kakhulu umama wakho obeqinisekisa uk...
20/12/2017

Siyabonga Tholi ukukuncedisa ukuphila ilenazi kanye nezincwadi zokushayela. Sibonge kakhulu umama wakho obeqinisekisa ukuthi uyakulekelela yonke indlela. Azibuye....

Siyabonga Ntando sisebenze kahle nawe usunayo ilenazi . Manje sewuzoqalisa ngokushayela.b
19/12/2017

Siyabonga Ntando sisebenze kahle nawe usunayo ilenazi . Manje sewuzoqalisa ngokushayela.b

Thanks Mrs Shange sisebenze kahle nawe. Sibonge kakhulu kubaba uShange ukuba akuvumele ukuthi ukhethe Azibuye driving ac...
19/12/2017

Thanks Mrs Shange sisebenze kahle nawe. Sibonge kakhulu kubaba uShange ukuba akuvumele ukuthi ukhethe Azibuye driving academy ukuba ikulekelele ngelenazi nange layisensi yakho yokushayela. Azibuye. ..

Thanks Sindi ukusebenza nawe kusuka kwilenazi kuzekuba uthola izincwadi zakho zokushayela. Sibonge umndeni wakho wonke n...
19/12/2017

Thanks Sindi ukusebenza nawe kusuka kwilenazi kuzekuba uthola izincwadi zakho zokushayela. Sibonge umndeni wakho wonke ngoxhaso abalikhombisile. Uyilunga lwakwa Azibuye driving academy ngokuphelele. Azibuye..

Asibonge Thabiso ukuthi uze ku Azibuye DrivingAcademy. Into obuyidinga ilenazi uyitholile Kwa Azibuye sathokoza sonke. S...
23/10/2017

Asibonge Thabiso ukuthi uze ku Azibuye DrivingAcademy. Into obuyidinga ilenazi uyitholile Kwa Azibuye sathokoza sonke. Silinde ukukusiza ngokushayela manje. Azibuye mawala...

Thanks Mvah. Usebenzile Bhuti. Sibonge bonke abasekhaya kakhulukazi uMama wakho. Namuhla usunazo izincwadi zokushayela. ...
23/10/2017

Thanks Mvah. Usebenzile Bhuti. Sibonge bonke abasekhaya kakhulukazi uMama wakho. Namuhla usunazo izincwadi zokushayela. Last week umfoka Manana ebenifunda naye nonke uyitholile namuhla uwena. Uyeza naye uNtelezi . Azibuye .....

Siyabonga Siya Manana avesijabule ukusebenza nawe uze uthole izincwadi zakho zokushayela. Negenge ofunda nayo ijabule ng...
20/10/2017

Siyabonga Siya Manana avesijabule ukusebenza nawe uze uthole izincwadi zakho zokushayela. Negenge ofunda nayo ijabule ngathi itholwe ibona bayakubongisa kakhulu. Ngiyabonga kakhulu kuMama wakho ukukuxhasa kwakhe . Sithe sizakuye ubesibheke emehlweni ngathi ukufaka amehlo phansi. Ngabona ngathi ulahla ithemba. Uma esezwa izindaba ezimunandi, bekuthi akahlanye esanga indodana kanye nami uqobo. Zicishe zaphuma izinyembezi. Azibuye..

Siyabonga sisi Lindelwa Hadebe ukusebenzisana nawe uze uthole izincwadi zakho zokushayela. Singakhohlwa ubaba uHadebe uk...
14/10/2017

Siyabonga sisi Lindelwa Hadebe ukusebenzisana nawe uze uthole izincwadi zakho zokushayela. Singakhohlwa ubaba uHadebe ukukuvumela noxhaso lwakhe. Azibuye ifikile..

Thanks Sisi Nomndeni Gubevu ukusebenza nawe uze ufumane izincwadi zakho zokushayela. Sibonga ukusithemba kwakho Kanye ne...
29/09/2017

Thanks Sisi Nomndeni Gubevu ukusebenza nawe uze ufumane izincwadi zakho zokushayela. Sibonga ukusithemba kwakho Kanye nezihlobo zakho. Azibuye mawala bafowethu nodade bethu....

Mhmmm Sisi Nomusa Zwane!!! Avesijabulile ukubambisana nawe yonke indlela uze ufumane izincwadi zokushayela. Kwa Azibuye ...
11/09/2017

Mhmmm Sisi Nomusa Zwane!!! Avesijabulile ukubambisana nawe yonke indlela uze ufumane izincwadi zokushayela. Kwa Azibuye ubokwazi ukuthi uyilunga lomndeni wakhona njengabobonke esabancedayo. Azibuye ...

Address

Edelpark
Vryheid
3100

Opening Hours

Monday 06:00 - 20:00
Tuesday 06:00 - 20:00
Wednesday 06:00 - 20:00
Thursday 06:00 - 20:00
Friday 06:00 - 20:00
Saturday 06:00 - 20:00

Telephone

+27606488564

Website

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Azibuye Driving academy posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Contact The Business

Send a message to Azibuye Driving academy:

Share

Category